”Obukela ngaphandle, uyaphupha. Obukela ngaphakathi, ngoyena ophapheme (oqaphelayo)” Injabulo yenkohliso – Carl Jung: Ukukhetha uthando ngaphezu kokwesaba, incwadi iyingxenye yezigaba ezine ngokuphaphama. Lencwadi ibonisa. Izindlela eziningi esingazithatha empilweni ezingelona iqiniso kanye nokuthi singakuthola kanjani ukuthula okungokweqiniso nenhloso yezimpilo zethu. Uma ubudlelwano bethu nomhlaba bakhiwe ngokubheka ukubuswa ukwesaba, uhambo lwethu empilweni lungezwakala lunomzwangedwa nocindezeleko. Izinkinga ezingapheli, imithwalo enzima, kuvamise ukwakha izivikelo ngaphakathi, ukuze sikwazi ukuvikeleka kucindezeleko lwemizwa. Nakuba lezizivikelo ziphinde zisenze ukuba sibesodwa singazibandakanyi nokwenzeka eduze kwethu, kubala nobuthina obuliqiniso. Injabulo yenkohliso iyincwadi yokomoya eveza ukuthi silamukela kanjani uthando ngaphezu kokwesaba, khawula ukufuna injongo nenjabulo kwizindlela zangaphandle nobudlelwane bomhlaba, kunalokho ibheke ngaphakathi.
Ken Luball
Inkohliso Yenjabulo [EPUB ebook]
Ukukhetha Uthando Ngaphezu Kokwesaba
Inkohliso Yenjabulo [EPUB ebook]
Ukukhetha Uthando Ngaphezu Kokwesaba
¡Compre este libro electrónico y obtenga 1 más GRATIS!
Formato EPUB ● Páginas 188 ● ISBN 9788835444541 ● Tamaño de archivo 0.3 MB ● Traductor Zulu Happy ● Editorial Tektime ● Ciudad San Antonio ● País US ● Publicado 2022 ● Descargable 24 meses ● Divisa EUR ● ID 8653008 ● Protección de copia Adobe DRM
Requiere lector de ebook con capacidad DRM