Owen Jones 
Ukugcinwa Kwe Koi Carp [EPUB ebook] 
Ubuciko Obudala Bezinhlanzi Emhlabeni!

支持

Incazelo emfushane
Siyakwemukela kulelizwe elihle lokugcinwa kwe Koi Carp, lapho ubuhle, ukuheha noku hlangana kobuciko boku nakekelwa kwemvelo ehlala emanzini. Lelibhuku lenzelwe ukuba likusize likuvulele indlela ezweni lobuhle balezinhlanzi ezihehayo nasebucikweni bazo obuthandekayo. Noma ngabe uyafika kuloluthando lwendalo yamanzi noma ngabe unalo ulwazi kodwa ufuna ukuthola ulwazi olungeziwe, lelibhuku lizokusiza ngolwazi oludingayo ukuze ukwazi ukunakekela i-Koi yakho.
Incazelo ephelele
Ngaphandle nje kokuth i-Koi itholakala umhlaba wonke, funi igxile kakhulu e China nase Japan, kodwa, basuka esiqwini samanzi olwandle olumnyama, ulwandle i-Caspian kanye nolwandle i-Aral. I-Koi Carp isithandwa kakhulu kunakuqala, sebewuphawu lokuthula noxolo olunakekelwayo ezingadini zamanzi umhlaba wonke. Imibala yalezinhlanzi ezichazayo, ubuhle besakhiwo sazo, noku nyakaza kwaz’ okunesizotha kuzenza zibe nenhlalo enokuthula okwenza ichibi lakholibe indawo yokuhlala enokuthula.
Ukugcinwa kwe Koi Carp kwenzelwe ukusiza labo abaqalayo, ngolwazi lemigomo ebalulekile ngokunakekelwa kwe Koi. Kusukela ekukhetheni kwe ndawo nesikalo samanzi, ukubapha ukudla ngokufanele kanye nezimo zempilo ze Koi ezejwayelekile, lencwadi inje ngomsizi wakho kuloluhambo olumayelana nokuphila ngaphansi kwamanzi. Njengoba uqala loluhambo, khumbula ukuthi Ukugcinwa kwe Koi akulona uthando nje, kuwubudlelwane ubukhulayo ngokuhamba kwesikhathi.

€2.99
支付方式
购买此电子书可免费获赠一本!
格式 EPUB ● 网页 79 ● ISBN 9788835473022 ● 文件大小 0.6 MB ● 翻译者 Micah ● 出版者 Tektime ● 市 Dubai ● 国家 AE ● 发布时间 2024 ● 下载 24 个月 ● 货币 EUR ● ID 10087345 ● 复制保护

来自同一作者的更多电子书 / 编辑

35,631 此类电子书